19 October, 2026
1 min read

UTHEMBISA LUKHULU UMSUBATHI EYOMELA I-KZN EGOLI.

Intatheli: Musawenkosi Mpofana Kwazise ukuqhama kwendawo ngomgalelo elenziwe ngasebemkantsh’ubomvu kulelo khono nakuleso sigaba. Kodwa sibona umhlola la kosa hluka okaVundla, umntwana oseqoqe izindondo namamedali amaningi okugijima emijahweni ehlelelwe iTheku namaphethelo. Uvelela kwimijaho emikhulu yaseThekwini nje, uqale wagasela ezikoleni nasendaweni ayakhele abashaya emakhanda bonke kumabanga asheshayo, kubalwa o-400m, 1500m, 5000m no-10 000m. Umsubathi usemncane oneminyaka eyishumi […]

1 min read

UMasipala iLembe ubugubha unyaka wesibili basungula Umtelebhelo wamahashi

Intatheli: Norma Duma UMasipala iLembe ubugubha unyaka wesibili basungula umtelebhelo wamahashi entabeni iKhenana, eNdwedwe. Yize lo mjaho usanda kusungulwa, kodwa usuyakhombisa ukuthi uyakhula. Lokhu kubonakalise ngemiklomelo ukuthi ngonyaka ozayo izinga lizobe liphezulu kakhulu. Ongusekela-Ngqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda kuzwe lonke, uSihle Zikalala, naye ubeyingxenye yalo mcimbi kwazise ungowokuzalwa eNdwedwe. Uthe: “Ngicela ukubonga uMasipala iLembe ngalo mcimbi […]

1 min read

AMAZULU FC ATHATHA ISICOCO SE-PREMIERS CUP 2026

Intatheli: Norma Duma Amalungu omphakathi ase-Clermont namaphethelo aphume ngobuningi ukuzithamela umlenze wokuqala womncintiswano we-Premiers Cup e-Sugar Ray Xulu Stadium. Amaqembu ebhola lezinyawo ase-KZN aphume ayolwela indebe. Kodwa-ke, ngaphezu kwendebe, umqhudelwano ubumayelana nokunika abadlali abasebancane inkundla kanye nokuhlanganisa abantu. Kusukela emidlalweni yamaqoqo ekuseni kuya kowamanqamu ngoMgqibelo e-Sugar Ray Xulu Stadium, abalandeli babemincile bedla izinzipho ngesikhathi amaqembu […]