18 August, 2026
1 min read

Kusungulwe ipheji lika Youtube E-MUT.

Intatheli: Musawenkosi Mpofana Libe likhulu kakhulu isasasa kuvulwa ikhasi le-YouTube waseMangosuthu University of Technology (MUT), la isikhungo sizoqhakambisa khona imisebenzi esiyenzayo, siyenzela isizwe nomphakathi kanye nabafundi abenza iziqu zabo ngokwehlukana kwemikhakha yabo. UProf. Songca, ongumphathi wesikhungo, uveze ukuthi iyabahlupha lento yokungaziwa besebenza kangaka ukukhiqiza onjiniyela nodokotela abahlukene ngemikhakha yabo. “Sizinqumele siyithimba lalelisikhungo ukuvula leli khasi […]

1 min read

Ukwethulwa kwezincwadi ezintathu zikaThabani Zungu

Kube yisuku elingalibaleki nesenzakalo esiyingqayizivele e-Pavilion Exclusive Books ngesikhathi umbhali ophumelele, uThabani Zungu (TA Zungu), ethula ngokusemthethweni izincwadi zakhe ezintathu ezintsha sikhathi sinye. Umcimbi ubuhlelelwe ngobunono obusezingeni eliphezulu kanti uhlanganise abathandi bezincwadi, abaholi bemiphakathi, nababambiqhaza abahlukene. Lomcimbi obunomdlandla omkhulu nezinselelo zengqondo, ubungenelele ngenjongo yokugubha amagalelo ababhali bendawo kanye nokubonga bonke abafake isandla ukuze lomsebenzi omkhulu […]

1 min read

Ukhwele wadilika uNgqongqoshe kugqoza isakhiwo sesikole

Intatheli: Norma Duma Ungqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda uMartin Meyer ukhwele wadilika ngokugqoza nokuhamba kancane kwesakhiwo sesikole eWaterloo eThekwini kuWard 106. Lesi sikole samabanga aphansi saqalwa ukwakhiwa ngo-2023 kulindeleke ukuthi siphothulwe, kuphinde kuqalwe ukufunda ekupheleni kuka-August nonyaka. Ungqongqoshe uzwakalise okukhulu ukudumala ngesikhathi evakashele lesi sakhiwo ukuyohlola inqubekelaphambili, nakuyilapho uthole khona ukushaqeka ngakubonile, isikole iSibonginhlanhla Primary siseku-80% […]

1 min read

THE POWER OF TRUTH AND PERCEPTION IN MODERN MEDIA

By Ezinohlonze Media House Foundation In a world overwhelmed by information, understanding the distinction between journalism and public relations has never been more vital for an informed public. While both fields are essential pillars of modern communication, they serve distinct and complementary roles in shaping how news is gathered, delivered, and consumed. Journalists: Safeguarding the […]