18 October, 2026
1 min read

UBUMNANDI BUPHENDUKE IZONYEMBEZI.

Intatheli: uMsawenkosi Mpofana Ukukhala, ukuzisola, ukubalisa bekulokhu kuphindaphindwa njalo ngowesifazane oshonelwe ingane yakhe esematshwaleni. Owesifazane bekhale ngokunomunyu lapho ethola ukuthi indodana yakhe uThandeka Mthethwa(2) ushiswe ngamanzi abilayo washona. Kwenzeka lesenzo nje unina uPhindile Khanyile usendaweni yokucima ukoma , lowesifazane olinganiselwa kuminyaka eko 40 kubikwa ukuthi uyazifela ngezinkambi zikaFaro.Umakhelwane wakhe uNkz Nobuhle Dinga uthi wezwa ngesililo […]

1 min read

Uphelezelwe ngesizotha nenhlonipho uGogo Thoko Majola

Intatheli: Sbusiso Mkhize Abnantu abawuvali umlomo ngabakufithe enkonzweni yokugcina kuphelezelwa uGogo Thokozani Majola. Impela kuliqiniso ukuthi umuntu ungamehluleli ngaloko okubona kulingene amehlo nengqondo yakho, ngoba uNkulunkulu akabhekinjengoba abantu bebuka. Kumangazile ukuzwa abefundisi abahlukahlekene beveza umuzwa ofanayo ngoGogo Thoko. Intatheli ye Ezinohlonze icaphune uMbhishobhi uNgcongo webandla le Izenzo ZamaPhilip ebaka kanje: UGogo Thoko ngizokhuluma ngesibindi ngoba […]