18 August, 2026
1 min read

Inhlangano yamgcwabi igumba ishumi leminyaka yasungulwa

Intatheli: Norma Duma I-National Funeral Practitioners Association of South Africa (NAFUPA), lena inhlangano yabagcwabi, ibigubha iminyaka eyishumi yasungulwa. Inhlangano emele abangcwabi abaphethwe abantu abamnyama nabancishwe amathuba phambilini kanye nabasebenzi bezimboni. Iholwa nguMengameli uMuzi Hlengwa, igqugquzela uguquko kwezomnotho, ukubusa ngendlela efanele, kanye nokuthuthukiswa kwesakhiwo emkhakheni wokunakekela ukufa eNingizimu Afrika. Njengoba i-NAFUPA ibigubha iminyaka eyishumi, lemigubho ibihambisana […]

1 min read

IThala libungaza abantu besifazane abaku construction

Intatheli: Norma Duma IThala Development Finance Corporation (IDFC) ibambe ingqungquthela yokucijisa abantu besifazane abase mkhakheni wezokwakha (contraction) e Ithala Trade Centre e-Thekwini ngenhloso yokubungaza abantu besifazane njengoba kuyinyanga yabo. IDFC ibone kuwumbono omuhle ukuthi yenze lebngqungquthela, nokuzocijisa abantu besifazane abakulomkhakha owaziwa kakhulu njengo mkhakha wabantu besilisa. Bebengaphezulu Kuka 100 abantu besifazane abaku construction abaphumile ukuzo […]

1 min read

INKAMPANI ENKULU YEZOKUHWEBELANA EYAZIWA NGE-NTT AND RNK KUSE INGEKHO (IBHANOYI LINDIZILE)

Intatheli: Msawenkosi Mpofana Bakhala bezithulisa abahwebi bakwaRNKB emveni kwemibiko eshaqishayo yokundiza leBhanoyi ebeselizenzela igama elikhulu ngokushintsha izimpilo zabantu. Iningi labo basebeshiye phansi umlungu ngesiqibulo esithi “YINJ’ UMLUNGU”. Kubukeka bezothintitha izicelo zemsebenzi bayongqongqoza njengoba bathenjiswa kuqala kwalenyanga ukuba bazokwazi ukukhipha izimali zabo ebesezivaleleke isikhashana kungawithdroweki, bethenjiswa umhlaka 30 July 2026. Namhlanje kuse kumhlophe omakhala ekhukhwini kungasekho […]

1 min read

BEKUGCWELE, UMPHAKATHI UBULALA INYOKA ENKANDLA KUZOVULWA AMAHHOVIZI AWOSOMABHIZINISI ABANCANE.

Intatheli: Msawenkosi Mpofana Umphakathi waseNkandla namaphethelo ubuphume ngobuningi bawo ngesikhathi uMnumzane uMhlonishwa uNdunankulu waKwaZulu-Natal uThamsanqa Ntuli ehambisana no-MEC uMhlonishwa uM. Meyer bezovula ngokusemthethweni amaHhovisi la umphakathi uzozithuthukisa khona kwezamabhizinisi asafufusa. uMhlonishwa u-MEC weZomsebenzi nAmasiko ukuqinisekisile ukuthi umphakathi uzihlomulele ngamahhovisi amangaka emveni kokusebenza kanzima kwengxenye kuhulumeni ukubalekelela ukwakhiweni kwawo. Lokhu okuvele ezoba usizo kakhulu, bheka ngoba […]

2 mins read

IKHAMBI ELIBONAKALAYO NGAMASEVISI WOMSHWALENSE NOMSEBENZI EBANTWINI

1. Inkampani Engaphansi Abantu Abansundu Nemvelaphi Yayo Siyinkampani eholwa futhi esungulwe abantu abansundu, eyaqala ukusebenza ngomhlaka-1 March 2023. Yize inkampani inethemba lesikhathi esingaphansi kweminyaka emine isunguliwe, siza nesipiliyoni seminyaka engaphezulu kw e-13 kulomkhakha. Sabona ithuba kulo mkhakha sase siphuthuma ngezandla ezingelambatha. Kuyenzeka ukuthi izidingo zamakhasimende zingakhoni ukusizakala kwinkampani eyodwa yomshwalense. Yilapho-ke sabona kuncono ukuba sisungule […]

1 min read

Zibambane Ngesihluthu Kowethala eMadadeni Kuvela Ukunganeliseki Ngemiholo

Intatheli ngu-Msawenkosi Patrick Mpofana Isigungu esikhulu seThala Bank sisemkhankasweni wokuhambela bonke abazuza uxhaso kulo, njengosomabhizinisi abancane nabazimele. Kusukela unyaka uqalile, le inyanga yesithathu bejikeleza ukuzobheka nobuqinisekisa amakhasimende (clients) abo ngokusebenzisana kwawo nomphakathi. Izolo bebehambele eNewcastle, eMadadeni, okuyilapho bazithele khona kuyigxukuxali ebebengayilindele. Lokhu kwenzeke lapho uMnu Mvelase, ongaphethe lo msebenzi (manager), eveza ukuthi umsebenzi WONKE uhamba […]

1 min read

UNdunankulu ukonelise abasebenzi ngezindondo

Intatheli: Norma Duma IHhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natal lizishaya isifuba ngokwenza kahle ngokubona abaqokwe nabavelele emikhakheni yonke, okuhlanganisa i-CEO yonyaka, Inhloko yoMnyango wonyaka, Imenenja kaMasipala yonyaka kanye nesisebenzi sonyaka. Lendumezulu yomcimbi wemikomelo eba khona njalo minyaka yonke, nakulonyaka izinga beliseqophelweni eliphezulu njengoba bekukhona nokhaphethi obomvu lapha e-Inkosi Albert Luthuli International Convention Centre (ICC). UNdunankulu ubonge waphinde wakhuthaza […]