UBASHIYE BEMANGELE U-DR JOHN HLOPHE
1 min read

UBASHIYE BEMANGELE U-DR JOHN HLOPHE

Sekuvele udaba oseluvele lwasabalala ezinkundleni zokuxhumana, isitatimende esikhishwe inhlangano yoMkhonto weSizwe ukuthi uMhlonisha John Hlophe oyiPhini likaMungameli uJacob Zuma umisiwe ekusebenzeni ngaphansi kwenhlangano, waphinde wamiswa futhi nasekuholeni amalunga aleliqembu kwisigungu esisePhalamende.

Ngokwesitatimende esiphume ngoLwesithathu kusihlwa, kuvele

 ukuthi kunemiguthi ethize angaze ayilandele kahle ngokususa uCollen Makhubela esikhundleni sokuba ngu Chief whip, wase ebeka uDes Van Rooyen. Isenzo sakheke uHlophe simholele ekutheni amiswe kuzona zonke izikhundla ayenikwe zona ePhalamende kanye nasenhlanganweni. Kuvela ukuthi uMungameli Jacob Zuma ukwenze loku ngoba efuna ukufundisa

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *