18 October, 2026
1 min read

Izinkulungwane zezintombi zitheleke eMkhosini womhlanga

Intatheli: Norma Duma Izinkulungwane zezintombi eziphuma kwizifundazwe ezahlukene, kanye nase Swaziland namanye amazwe ziphume ngobuningi ukuzothamela uMkhosi womhlanga esigodlweni sase-Mashobeni oPhongolo. Kuqopheke umlando kumkhosi womhlanga wonyaka ka 2026 ngesikhathi izinyane le Silo Misizulu ka Zwelithini u Simezwini Tensindiso evulela izintombi umkhosi womhlanga,kuthe kushaya ihora lesishangalombili (8) I Nkosazane ibisihambise umhlanga esigodlweni, lokho kwenze ukuthi kusheshe […]