Mazisi Kunene Musiem
1 min read

Mazisi Kunene Musiem

Intatheli Norma Duma

Mazisi Kunene Museum eseThekwini, KwaZulu-Natal, ihlonipha imbongi yokuqala yaseNingizimu Afrika eyahlomula futhi emelene nobandlululo, uSolwazi Mazisi Kunene. Amaphuzu avelele ahlanganisa ikhaya lakhe langaphambili laseGlenwood, imibhalo yesandla yesiZulu ebhalwe ngesandla engaphezu kuka-10,000, kanye nesikhungo sezinsiza zomphakathi.

Lo mtapo wokungcinwa kwama gugu wasungulwa ngo-2007 yiMazisi Kunene Foundation nomkakhe, uMathabo Kunene
Amahora: NgoMsombuluko kuya kuLwesihlanu, 10:00 AM – 4:00 PM (UMgqibelo nangeSonto: Kuvaliwe)

Umazisi Kunene wazakhela udumo eNingizimu Afrika kanye nase mazweni aphesheya ngezinkondlo,kanye nemibhalo yakhe eyabe isishicilelwa nangezinye izilimu.Le Musiem icebile ngama gugu nomlando ngezinkondlo nekubalwa kuyi inkondlo edumile I Nodumehlezi ka Menzi nokuyinkondlo okhuluma nge Lembe inkosi I Shaka kanye nezingcwandi ezabhalwa ngu baba u Mazisi Kunene .

Let Musiem ikhaya elifudumela lamacuko igumbi be gumbo linomlando walo ocebile ,akupheleli lapho ,kuphinde Kube ikhaya labafundi base DUT abenza isifundo ze Tourism,labafundi bayaqeqeshwa bafundiswe ngomlando ngaphinde bathole ithuba lokulungisa izivakashi ngomlando wale Museum.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *