UMasipala iLembe ubugubha unyaka wesibili basungula Umtelebhelo wamahashi
1 min read

UMasipala iLembe ubugubha unyaka wesibili basungula Umtelebhelo wamahashi

Intatheli: Norma Duma

UMasipala iLembe ubugubha unyaka wesibili basungula umtelebhelo wamahashi entabeni iKhenana, eNdwedwe.

Yize lo mjaho usanda kusungulwa, kodwa usuyakhombisa ukuthi uyakhula. Lokhu kubonakalise ngemiklomelo ukuthi ngonyaka ozayo izinga lizobe liphezulu kakhulu.

Ongusekela-Ngqongqoshe Wezemisebenzi Yomphakathi Nengqalasizinda kuzwe lonke, uSihle Zikalala, naye ubeyingxenye yalo mcimbi kwazise ungowokuzalwa eNdwedwe. Uthe: “Ngicela ukubonga uMasipala iLembe ngalo mcimbi nokukhuthaza inhlalo enhle kumphakathi, nokuhlanganisa abantu ngokujabula, nokunyuswa komnotho njengoba umcimbi walolu hlobo unikezela ithuba osomabhizinisi ukuba babe yingxenye baphinde bakhomule. Nokuthi ezemidlalo zizabalala nasendaweni zasemakhaya, nawe Lembe awuncinyana uma sekuba nemidlalo ejwayele ukuba semadolobheni amakhulu.”

Imijaho ibimihlanu, nokubalwa eyabantu besifazane. Imiphumela ibambe kanje:

Local race

Position 1

  • Horse owner: Mathobela
  • Jockey: Bayanda
  • Horse name: Shalazile

Position 2

  • Horse owner: Mkhize
  • Jockey: Philani
  • Horse name: Gologo

Position 3

  • Horse owner: Andrew
  • Jockey: Aiden
  • Horse name: Royalty

Position 4

  • Horse owner: Mrs Mkhize
  • Jockey: NQ Mkhize
  • Horse name: Zimbili

Position 5

  • Horse owner: Mathobela
  • Jockey: Xolo
  • Horse name: Computer

Ladies race

Position 1

  • Horse owner: Pillay
  • Jockey: Nokubongwa
  • Horse name: Scefe Esimnandi

Position 2

  • Horse owner: Thabethe
  • Jockey: Snothando
  • Horse name: Shayizandla

Position 3

  • Horse owner: Nxumalo
  • Jockey: Zemvelo
  • Horse name: Mfenemavovo

Position 4

  • Horse owner: Thabethe
  • Jockey: Sukoluhle
  • Horse name: Jakalase

Grade 6

Position 1

  • Horse owner: Mtshali
  • Jockey: Plaza
  • Horse name: Shlangane

Position 2

  • Horse owner: Phakathi
  • Jockey: Phelelani
  • Horse name: Imhlola

Position 3

  • Horse owner: Buthelezi
  • Jockey: Ntethe
  • Horse name: Nsusha

Position 4

  • Horse owner: Buthelezi
  • Jockey: Magolide
  • Horse name: Ibheji

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *