18 October, 2026

News

1 min read

THE POWER OF TRUTH AND PERCEPTION IN MODERN MEDIA

By Ezinohlonze Media House Foundation In a world overwhelmed by information, understanding the distinction between journalism and public relations has never been more vital for an informed public. While both fields are essential pillars of modern communication, they serve distinct and complementary roles in shaping how news is gathered, delivered, and consumed. Journalists: Safeguarding the […]

1 min read

Zibambane Ngesihluthu Kowethala eMadadeni Kuvela Ukunganeliseki Ngemiholo

Intatheli ngu-Msawenkosi Patrick Mpofana Isigungu esikhulu seThala Bank sisemkhankasweni wokuhambela bonke abazuza uxhaso kulo, njengosomabhizinisi abancane nabazimele. Kusukela unyaka uqalile, le inyanga yesithathu bejikeleza ukuzobheka nobuqinisekisa amakhasimende (clients) abo ngokusebenzisana kwawo nomphakathi. Izolo bebehambele eNewcastle, eMadadeni, okuyilapho bazithele khona kuyigxukuxali ebebengayilindele. Lokhu kwenzeke lapho uMnu Mvelase, ongaphethe lo msebenzi (manager), eveza ukuthi umsebenzi WONKE uhamba […]

4 mins read

Kusungulwe Umfelandawonye Wabaholi BaseNingizimu Ne-Afrika Ozolwela Inkululeko Yezenkolo

Intatheli: ngu-Noma Duma Njengoba ingxoxo yamazwe ngamazwe iqhubeka nokukhula, abaholi nezinhlangano ezingaphezu kwekhulu sezisekele lolu hlelo olusha lwesifunda, njengoba ukukhathazeka ngokuboshwa kukaSihlalo u-Lee Man-hee kuvusa ingxoxo ebanzi ngobulungiswa, isithunzi sobuntu, kanye nenkululeko yenkolo. EThekwini, eNingizimu Afrika — umfelandawonye osanda kusungulwa obizwa nge-Southern African Leaders Coalition for Faith, Freedom and Justice (SALC-FFJ) usuthole ukwesekwa ngabaholi bezenkolo, […]

1 min read

I-Sakha Isizwe FM Ugqugquzela Intsha Ngokugcina Amasiko

Intatheli: Noma Duma I-Sakha Isizwe FM ibambe umcimbi wokugqugquzela amatshitshi nokufundisa intsha ngokubaluleka kwamasiko nokuziphatha eStable Theatre, eThekwini, mhla ziyi-11 kuNtulikazi (Julayi) 2026. Lo mcimbi ubuhlanganisa nokuklomelisa izintombi eziziphathe kahle, ezikhuthaza ukulondolozwa kwesintu. Ngokusho komsunguli weSakha Isizwe FM, uThandeka Madlala Khathi, uhlelo luqale ngoLwesihlanu, mhla ziyi-10 kuNtulikazi 2026, lapho bekunenkambu yezintombi. Ngosuku olulandelayo, izintombi ziqhubekele […]

1 min read

Ayanda Ntanzi One Man Show Guest Interviews

The atmosphere at the Durban ICC was electric, as Ayanda Ntanzi’s spectacular ‘One Man Show’ truly captivated hearts and uplifted spirits. An unforgettable night of profound grace and power, made even more monumental by the deeply impactful words of wisdom from esteemed speakers like Prof Apostle Vusi Gama, Mthandeni Manqele, Dr. Thulani Gwala, Evangelist Sphamandla, […]

1 min read

IZIMPI ZOHAMBO LWENKOLO YOBU-KRISTU: Uhambo olubuhlungu lwalowo okhule engenabo abazali nomluleki empilweni

Ukuhamba uhambo lwenkolo nobu-Kristu kunesisindo sakhona esikhulu, kodwa kuba nzima kakhulu uma lolu hambo uluhamba uwedwa, ungenaye umzali noma umluleki ongakuqondisa ngezikhathi zezivunguvungu zempilo. Lona ngumlando obuhlungu ovusa umunyu walowo obhekane nengqinamba yokukhula ngaphansi kwezimo ezinzima zomndeni nomnotho, kodwa namanje osalwa izimpi zokomoya nezempilo. Ukuphila kwakhe kube yinkundla yezimpi kusukela eseyingane encane. Umlando uveza ukuthi […]

1 min read

AMA-COWBOYS EZESAYONI AGCOKAMA ENKONZWENI YABANTU ABASHA EBISEGOLI!

Intatheli: Sbusiso Mkhize EGOLI – Kube yisicitho esiyingqayizivele eGoli ngesikhathi ibandla le-Trust in Christ Ministries libamba inkonzo yabantabasha ebibanjwe ngaphansi kwesihloko esithi “Cowboys and Cowgirls”. Lomcimbi, oholelwe yisithunzi somculi wamaZayoni osaziwayo emhlabeni jikelele njenge-ICON, u-Apostle Prof Vusi Gama, ubonge wonke umuntu obekhona. Izithombe ezisatshalaliswa kakhulu ezinkundleni zokuxhumana, ezibalwa nalesisithombe esimangalisayo asifakiwe kwiphephandaba lethu, sibonisa umoya […]

1 min read

Indlela yakhe emculweni, kusukela emakhwayeni kuya ku-Solo Artist

Intatheli Sbusiso Mkhize Umlando wakhe emculweni uqale eminyakeni eminingi eyadlula, lapho aqala khona ukucula ngonyaka ka-1994 ne-D.O.C Isibusiso. Ngonyaka ka-2001, ube esesebenza neGalathia Ibandla Lenkosi lapho abengumculi we-backing, elandela amaciko amakhulu afana noThulani Mañana nabanye abaningi. Ngemva kokufunda kabanzi ngalomkhakha, ngonyaka ka-2018 ube eseqala uhambo lwakhe ngokusebenza eyedwa njenge-Solo Artist. Uqale ngaphansi kwegama elithi Shongwe, […]