19 August, 2026
1 min read

Ezinohlonze Media House Foundation Iqhakambise Uhlelo ‘Boys to Men’ E-Thornwood

Intatheli: Alex Hlabani I-Ezinohlonze Media House Foundation ibivakashele umhlangano wamadoda obubanjelwe e-Thornwood Hall, ngenhloso yokukhulisa abafana abancane kuze babe amadoda akusasa (phecelezi Boys to Men). Kulo mhlangano obuse-Thornwood, bekukhona ababambiqhaza (stakeholders) abaningi okubalwa kubo i-Lifeline, i-Sukuma Ndoda Sakhe, Umnyango Wezempilo (Department of Health), i-SAPS, i-Spiritual Crime Prevention, i-CPF, Umnyango Wezemfundo (Department of Education), kanye ne-Isithebe […]

2 mins read

IKHAMBI ELIBONAKALAYO NGAMASEVISI WOMSHWALENSE NOMSEBENZI EBANTWINI

1. Inkampani Engaphansi Abantu Abansundu Nemvelaphi Yayo Siyinkampani eholwa futhi esungulwe abantu abansundu, eyaqala ukusebenza ngomhlaka-1 March 2023. Yize inkampani inethemba lesikhathi esingaphansi kweminyaka emine isunguliwe, siza nesipiliyoni seminyaka engaphezulu kw e-13 kulomkhakha. Sabona ithuba kulo mkhakha sase siphuthuma ngezandla ezingelambatha. Kuyenzeka ukuthi izidingo zamakhasimende zingakhoni ukusizakala kwinkampani eyodwa yomshwalense. Yilapho-ke sabona kuncono ukuba sisungule […]

1 min read

THE POWER OF TRUTH AND PERCEPTION IN MODERN MEDIA

By Ezinohlonze Media House Foundation In a world overwhelmed by information, understanding the distinction between journalism and public relations has never been more vital for an informed public. While both fields are essential pillars of modern communication, they serve distinct and complementary roles in shaping how news is gathered, delivered, and consumed. Journalists: Safeguarding the […]

1 min read

Zibambane Ngesihluthu Kowethala eMadadeni Kuvela Ukunganeliseki Ngemiholo

Intatheli ngu-Msawenkosi Patrick Mpofana Isigungu esikhulu seThala Bank sisemkhankasweni wokuhambela bonke abazuza uxhaso kulo, njengosomabhizinisi abancane nabazimele. Kusukela unyaka uqalile, le inyanga yesithathu bejikeleza ukuzobheka nobuqinisekisa amakhasimende (clients) abo ngokusebenzisana kwawo nomphakathi. Izolo bebehambele eNewcastle, eMadadeni, okuyilapho bazithele khona kuyigxukuxali ebebengayilindele. Lokhu kwenzeke lapho uMnu Mvelase, ongaphethe lo msebenzi (manager), eveza ukuthi umsebenzi WONKE uhamba […]

1 min read

I-Sakha Isizwe FM Ugqugquzela Intsha Ngokugcina Amasiko

Intatheli: Noma Duma I-Sakha Isizwe FM ibambe umcimbi wokugqugquzela amatshitshi nokufundisa intsha ngokubaluleka kwamasiko nokuziphatha eStable Theatre, eThekwini, mhla ziyi-11 kuNtulikazi (Julayi) 2026. Lo mcimbi ubuhlanganisa nokuklomelisa izintombi eziziphathe kahle, ezikhuthaza ukulondolozwa kwesintu. Ngokusho komsunguli weSakha Isizwe FM, uThandeka Madlala Khathi, uhlelo luqale ngoLwesihlanu, mhla ziyi-10 kuNtulikazi 2026, lapho bekunenkambu yezintombi. Ngosuku olulandelayo, izintombi ziqhubekele […]

4 mins read

Kusungulwe Umfelandawonye Wabaholi BaseNingizimu Ne-Afrika Ozolwela Inkululeko Yezenkolo

Intatheli: ngu-Noma Duma Njengoba ingxoxo yamazwe ngamazwe iqhubeka nokukhula, abaholi nezinhlangano ezingaphezu kwekhulu sezisekele lolu hlelo olusha lwesifunda, njengoba ukukhathazeka ngokuboshwa kukaSihlalo u-Lee Man-hee kuvusa ingxoxo ebanzi ngobulungiswa, isithunzi sobuntu, kanye nenkululeko yenkolo. EThekwini, eNingizimu Afrika — umfelandawonye osanda kusungulwa obizwa nge-Southern African Leaders Coalition for Faith, Freedom and Justice (SALC-FFJ) usuthole ukwesekwa ngabaholi bezenkolo, […]

1 min read

Ayanda Ntanzi One Man Show Guest Interviews

The atmosphere at the Durban ICC was electric, as Ayanda Ntanzi’s spectacular ‘One Man Show’ truly captivated hearts and uplifted spirits. An unforgettable night of profound grace and power, made even more monumental by the deeply impactful words of wisdom from esteemed speakers like Prof Apostle Vusi Gama, Mthandeni Manqele, Dr. Thulani Gwala, Evangelist Sphamandla, […]